Abecedaria Press · Ukubhala Okuhlanganisiweyo
Isifundo 15
Lapha silohlamvu olulandelayo, olunguhlamvu a. Uhlamvu a lwenziwe ngohlamvu c, lohlamvu i olucindezelwe eduze kwalo khona impela.
Ngakho siqala ngendlela efanayo impela lalapho esaqala ngayo uhlamvu c ngaphambilini. Phezulu kancane size sifike phezulu khona impela, emva kwalokho sigobisele phambili. Njalo sigobisela phambili kakhulu njengalokho esagobisa ngakho kuhlamvu c. Kuqakathekile ukuthi ukwenze lokho: kawufuni ukuthi uhlamvu lwakho a luzace kakhulu. Emva kwalokho sibuyela phezu komugqa wona lowo, sehle size sifike emugqeni ongaphansi, senze umdwebo omncane ophangisayo siye phambili, njalo sikhuphuke ngokuphangisa, nge-engeli efanayo lezinye izinhlamvu zonke. Sikhuphuka khona nje lapho sithinta phansi, size sifike emugqeni. Emva kwalokho sehla phezu komugqa wona lowo singaphakamisi ipeni lethu. Njalo, khona nje singakafiki phansi, senza umdwebo omncane ophangisayo, njalo leso yisihlanganisi sethu esiya ohlamvini olulandelayo. Yilolo-ke uhlamvu a.

Ukubhala Okuhlanganisiweyo — Ingxenye Yokuqala: Izinhlamvu Ezincane · Evan Millner · Published by Abecedaria Press