Universitas Scholarium — A Community of Scholars Log In

Abecedaria Press · Ukubhala Okuhlanganisiweyo

Isifundo 16

Uhlamvu e

Uhlamvu oluncane e oluvela efontini: isihlanganisi siyagoqana siye phezulu sibe ngumjikelezo khona nje ngaphansi kwesiqongo, emva kwalokho uhlamvu e lugoba lujikeleze njengohlamvu c, lwenze umdwebo omncane ophangisayo lusuke; lulodwa, lezinhlamvu e ezintathu zihlanganisiwe

Uhlamvu olulandelayo esizalwenza nguhlamvu e. Uhlamvu e luyisimo esehlukileyo kancane sohlamvu c. Umehluko omkhulu yindawo lapho isihlanganisi esiya khona. Kuhlamvu c, isihlanganisi siya phezulu khona impela ohlamvini, emva kwalokho sigobise sijikeleze senze uhlamvu c. Uhlamvu e lwenza okwehluke kancane. Senza isihlanganisi sethu, emva kwalokho, eduze laphezulu kwesihlanganisi, senza ijikana siye phezulu, njalo sibumbe uhlamvu c, njengalokho esakwenza ngaphambilini.

Yenza uhlamvu c lube yindilinga enhle. Ngicabanga ukuthi isimo sohlamvu c esibonelweni lesi mhlawumbe kasigobanga ngokwaneleyo, kancane nje.

Njalo, nxa ufuna, ingxenye yangaphambili yohlamvu e kayidingi ukuthi igobe. Ungakhuphuka uqondile ngesihlanganisi sakho, emva kwalokho wenze uhlamvu c, njalo luzaba lengxenye encane ecijileyo ngaphambili. Ngizakutshengisa umfanekiso walokho masinyane.

Uhlamvu e olulengxenye ecijileyo ngaphambili: 1 umdwebo okhuphukayo oqondileyo, kancane, osuka emugqeni, udabula ingxenye engemuva yohlamvu c, uze ufike ekupheleni kwengxenye yalo engaphezulu; 2 uhlamvu c, ngamandla, weqe phezulu, wehle ujikeleze phansi emugqeni; 3 umdwebo ophumayo, kancane

Iphepha Lokuzilolonga 22

Iphepha Lokuzilolonga 22: imigqa edwetshiweyo eyisikhombisa, ngayinye ilohlamvu e olulodwa ekuqaleni ukuze ulukope